Title: Umlando Nobukhosi Bezizwe ZabaMbo (IsiZulu)
Author: Dr Mzimkhulu Ngesi
Size: 210mm x 148mm, 80 pages
ISBN: 978-0-620-74965-7
Yileso naleso sizwe sifuna ukuba sizazi ukuthi singubani kanti futhi savela kuphi. Lezizizwe engibhala ngomlando nobuzwe bazo azazani ukuthi zihlobene nokuthi zavela ndawonye. Kungithathe isikhathi eside ngenza ucwaningo ngazo lezizizwe zabaMbo, AMachi, AmaNtshangase, AmaXolo, AmaNzimakwe, AmaNgutshana, kanye neZilangwe. Ngithike ngalencwadi mazibumbane njengezizwe zabaMbo zakhe umbuso wazo (Kingdom) ngoba aziyona ingxenye yasemaXhoseni, kanti futhi aziyona ingxenye yakwaZulu.
Ukuzazi ukuthi ungubani kukunikeza igunya lokuba uwena. Maningi amagama eziqanjwe ngawo lezizizwe zikaMsuthu kaNtamonde. Ngakhoke ngithi mazivuke zihole futhi zibuse ikusasa lazo.
Nzalo kaMsuthu hlanganani. Zonke izizwe ziyahlangana. Buyelani ekhaya sizwe sikaNtamonde.
If you are looking for a copy of this book, you can contact the author and order from the links below:
Thank you for visiting New Voices xxx